Ukwahlulela Kuqala Endlini KaNkulunkulu

Ukwahlulela Kuqala Endlini KaNkulunkulu

Okukhethiwe okukule ncwadi konke kungamazwi akhulunywa nguNkulunkulu uSomandla ngenxa yomsebenzi Wakhe wokwahlulela ezinsukwini zokugcina, kuthathwe ikakhulu encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni, Umqulu 1, Ukubonakala Nomsebenzi KaNkulunkulu. Kungamaqiniso okudingeka ukuthi wonke umuntu ofuna futhi ohlola umsebenzi kaNkulunkulu ezinsukwini zokugcina awathole ngokuphuthumayo. Amazwi kaNkulunkulu akule ncwadi ayilokho uMoya oNgcwele akusho emabandleni njengoba kuphrofethwe eNcwadini yesAmbulo. La mazwi kaNkulunkulu amanje awubufakazi obuhle kakhulu ngokubonakala Kwakhe nomsebenzi Wakhe, futhi awubufakazi obuhle kakhulu ngeqiniso elithi uKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Le ncwadi iqonde ukuthi bonke abalangazelela ukubonakala kukaNkulunkulu bezwe iphimbo Lakhe ngokushesha okukhulu. Sethemba ukuthi bonke abalindele ukufika kweNkosi futhi abalangazelela ukubonakala kanye nomsebenzi kaNkulunkulu bazokwazi ukuyifunda le ncwadi.

Amazwi kaKristu

Sithinte nge-Whatsapp