166 Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela

I

Ukuthi uNkulunkulu ube yinyama kunyakazisa inkolo,

kuphazamisa uhlelo lwenkolo,

futhi kunyakazisa imiphefumulo yabo bonke abalangazelela ukubonakala kukaNkulunkulu.

Ngubani ongamangali ngalokhu? Ngubani ongalangazeleli ukubona uNkulunkulu?

UNkulunkulu usechithe iminyaka phakathi kwabantu, kodwa umuntu akakuboni nhlobo lokhu.

Namuhla, uNkulunkulu uqobo usebonakele ukuze avuselele uthando Lwakhe oludala nomuntu.

II

Emva kokusuka eJudiya, uNkulunkulu wanyamalala akwasala mkhondo.

Abantu balangazelela ukumbona futhi, kodwa abakaze balindele

ukuhlangana Naye futhi lapha nanamuhla.

Kwakungenzeka kanjani lokhu kungabuyisi izinkumbulo zakudala?

Eminyakeni eyizinkulungwane ezimbili eyedlule,

uSimoni indodana kaJona wahlangana neNkosi uJesu, futhi wadla neNkosi etafuleni elilodwa.

Iminyaka yokulandela yajulisa uthando lwakhe Ngaye.

Wayethanda uJesu ekujuleni kwenhliziyo yakhe.

UNkulunkulu usechithe iminyaka phakathi kwabantu, kodwa umuntu akakuboni nhlobo lokhu.

Namuhla, uNkulunkulu uqobo usebonakele ukuze avuselele uthando Lwakhe oludala nomuntu,

ukuze avuselele uthando Lwakhe oludala nomuntu.

umthombo Izwi Livela Lisenyameni

Okwedlule: 165 Akekho Owazi Ngokufika KukaNkulunkulu

Okulandelayo: 169 Isintu Esikhohlakele Sidinga Umsebenzi KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp