165 Akekho Owazi Ngokufika KukaNkulunkulu

I

Akekho owazi ngokufika kukaNkulunkulu, akekho owamukela ukufika kukaNkulnkulu.

Ngaphezu kwalokho, akekho owazi konke uNkulunkulu azokwenza.

Akekho owazi konke uNkulunkulu azokwenza.

Ukuphila komuntu yilokhu kungaguqukile; inhliziyo efanayo, izinsuku ezejwayelekile.

UNkulunkulu uphila phakathi kwethu njengomuntu ojwayelekile,

njengelungu labalandeli elingabalulekile, njengekholwa elejwayelekile.

Akekho owazi ngokufika kukaNkulunkulu, akekho owamukela ukufika kukaNkulunkulu.

Ngaphezu kwalokho, akekho owazi konke uNkulunkulu azokwenza.

Akekho owazi konke uNkulunkulu azokwenza

Ukuphila komuntu yilokhu kungaguqukile; inhliziyo efanayo, izinsuku ezejwayelekile.

UNkulunkulu uphila phakathi kwethu njengomuntu ojwayelekile,

njengelungu labalandeli elingabalulekile, njengekholwa elejwayelekile.

Unokufuna Kwakhe, kanye nemigomo Yakhe.

Futhi unobunkulunkulu abantu abangenabo.

Akekho oseqaphele ubukhona bobunkulunkulu Bakhe,

noma umehluko phakathi kwengqikithi Yakhe neyomuntu.

II

Siphila ndawonye Naye, asithiyiwe futhi asesabi,

ngoba simbona engelutho olungaphezu kwekholwa elingabalulekile.

Ubuka yonke iminyakazo yethu,

futhi yonke imicabango nemiqondo yethu ibekwa obala phambi Kwakhe.

ibekwa obala phambi Kwakhe.

Siphila ndawonye Naye, asithiyiwe futhi asesabi,

ngoba simbona engelutho olungaphezu kwekholwa elingabalulekile.

Ubuka yonke iminyakazo yethu,

futhi yonke imicabango nemiqondo yethu ibekwa obala phambi Kwakhe,

ibekwa obala phambi Kwakhe.

Akekho onaka ubukhona bukaNkulunkulu,

akekho onomcabango noma yimuphi ngomsebenzi Wakhe,

nangaphezulu, akekho onokusola ngalokho ayikho.

Sivele siqhubeke nesikufunayo, sengathi uNkulunkulu akahlanganise lutho nathi.

III

Uthando lukaNkulunkulu, alupheli, njengokugeleza kwamanzi omthombo.

Lunikezwa wena, lunikezwa mina, futhi lunikezwa yena.

Uthando lukaNkulunkulu lunikezwa bonke labo abalifuna ngempela iqiniso

futhi balindele ukubonakala, balindele ukubonakala kukaNkulunkulu.

Lunikezwa bonke labo abalifuna ngempela iqiniso

futhi balindele ukubonakala, balindele ukubonakala kukaNkulunkulu.

IV

Njengoba inyanga ihlala ilandela ilanga, umsebenzi kaNkulunkulu awusoze wema.

Wenziwe kuwe, wenziwe kimi, futhi wenziwe kuye.

Wenziwe kubo bonke labo abalandela izinyawo zikaNkulunkulu

nabemukela ukwahlulela nokusola kukaNkulunkulu.

Wenziwe kuwe, wenziwe kimi, futhi wenziwe kuye.

Wenziwe kubo bonke labo abalandela izinyawo zikaNkulunkulu

nakubo bonke labo abemukela ukwahlulela nokusola kukaNkulunkulu.

Okwedlule: 164 Inhloso Engemuva Kokuba Sesimweni Somuntu KukaNkulunkulu Ezinsukwini Zokugcina

Okulandelayo: 166 Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp