588 Vukani, Bambisanani NoNkulunkulu

I

Nikelani ngakho konke eniyikho!

Lokho eniyokudla noma eniyokwembatha, ikusasa lenu eliyoba yikho, kusesandleni sikaNkulunkulu.

UNkulunkulu uzolungiselela lokho okunilungele.

II

Vukani, bambisanani noNkulunkulu!

Uma nilahlekelwa ngobuqotho ngenxa kaNkulunkulu, uNkulunkulu ngeke aniphathe kabi.

Vukani, bambisanani noNkulunkulu!

Zinikeleni kuNkulunkulu, futhi uNkulunkulu uyonibusisa ngakho konke. Vukani!

III

Injabulo nokondliwa ngeke kuphele.

Ngoba uNkulunkulu wake wathi: “Lowo olahlekelwa ngobuqotho ngenxa kaNkulunkulu, uyobusiswa kakhulu.”

Zonke izibusiso ziyonikezwa bonke labo abalahlekelwa ngempela ngenxa kaNkulunkulu.

Vukani, bambisanani noNkulunkulu!

Uma nilahlekelwa ngobuqotho ngenxa kaNkulunkulu, uNkulunkulu ngeke aniphathe kabi.

Vukani, bambisanani noNkulunkulu!

Zinikeleni kuNkulunkulu, futhi uNkulunkulu uyonibusisa ngakho konke.

IV

Ukuba abantu abazuzwe nguNkulunkulu ezinsukwini zokugcina, anizizwa yini nibusisekile?

V

Vukani, bambisanani noNkulunkulu!

Uma nilahlekelwa ngobuqotho ngenxa kaNkulunkulu, uNkulunkulu ngeke aniphathe kabi.

Vukani, bambisanani noNkulunkulu!

Zinikeleni kuNkulunkulu, futhi uNkulunkulu uyonibusisa ngakho konke.

Vukani, bambisanani noNkulunkulu!

Uma nilahlekelwa ngobuqotho ngenxa kaNkulunkulu, uNkulunkulu ngeke aniphathe kabi.

Vukani, bambisanani noNkulunkulu!

Zinikeleni kuNkulunkulu, futhi uNkulunkulu uyonibusisa ngakho konke.

Vukani! Vukani!

Okwedlule: 514 Umkhuba Wokufuna Iqiniso

Okulandelayo: 609 Ngabasondelene NoNkulunkulu Kuphela Abafanele Ukumsebenzela

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp