816 Ukufakazela UNkulunkulu Kuwumsebenzi Womuntu

I

UNkulunkulu ukunika ukuphila; yisipho osithola Kuye.

Ngakho kuwumsebenzi wakho ukufakaza Ngaye.

UNkulunkulu ukunika inkazimulo Yakhe, impilo Yakhe ama-Israyeli angabanga nayo.

Ngakho futhi kufanele unikele impilo nobusha bakho Kuye.

Unenkazimulo kaNkulunkulu, ngakho kufanele ufakazele uNkulunkulu. Kumisiwe.

II

Kuyinhlanhla yakho ukunikwa inkazimulo kaNkulunkulu.

Ngakho kuwumsebenzi wakho ukufakaza ngenkazimulo Yakhe.

Uma ukholwa kuNkulunkulu ukuze uthole izibusiso kuphela,

umsebenzi Wakhe ngeke ube nomqondo, futhi ngeke ugcwalise isibopho sakho.

Unenkazimulo kaNkulunkulu, ngakho kufanele ufakazele uNkulunkulu. Kumisiwe

Okwedlule: 814 Uyakwazi Ukuthunywa Kwakho

Okulandelayo: 852 UNkulunkulu Uphatha Umuntu Njengothandiweyo Kakhulu Wakhe

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp