852 UNkulunkulu Uphatha Umuntu Njengothandiweyo Kakhulu Wakhe

I

UNkulunkulu wadala isintu;

noma umuntu ekhohlakalisiwe

noma elandela Yena,

uNkulunkulu uphatha isintu njengalabo abazisayo,

noma njengoba umuntu engasho, njengesihlobo Sakhe esithandeka kakhulu.

Isintu asiyona into yokudlala Kuye.

II

UnguMdali futhi umuntu uyindalo Yakhe.

Kusengathi leso sikhundla sehlukile,

kodwa konke uNkulukulu akwenzela umuntu kwedlulela kude nokuhlobana kwabo.

UNkulunkulu uyasithanda isintu futhi uyasinakekela, futhi ukhombisa umuntu ukukhathazeka okufanele.

Unika isintu ngokungakhathali,

engezwa neze ukuthi kungumsebenzi owengeziwe,

noma ezwe ukuthi udinga ukunconywa lapho.

III

Akezwa ukuthi ukusindisa isintu,

ukubahlinzeka kanye nokubanika konke

kuwukubahlonipha okukhulu.

Kuwukuthi nje ngendlela Yakhe,

ingqikithi Yakhe, anakho nayikho,

uhlinzeka isintu ngokuthula futhi nokungasho lutho.

Akukhathaleki ukuthi umuntu uthola okungakanani Kuye,

uNkulunkulu akafune kunconywa.

Kunqunywa yingqikithi Yakhe;

kufanelene nesimo Sakhe.

Okwedlule: 816 Ukufakazela UNkulunkulu Kuwumsebenzi Womuntu

Okulandelayo: 868 UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Usebenza Ngokuthula Ukusindisa Umuntu

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp