184 UNkulunkulu Usesimweni Somuntu Ukuze Nje Anqobe USathane Futhi Asindise Sonke Isintu

1. Ngesikhathi salokhu ukuba sesimweni somuntu kukaNkulunkulu emhlabeni,

wenza umsebenzi Wakhe phakathi kwabantu.

Wonke lo msebenzi unenhloso eyodwa – ukunqoba uSathane ongudeveli.

Uyonqoba uSathane ngokunqoba umuntu,

nangokukwenza uphelele.

Lapho wethula ubufakazi obunamandla,

nalokhu, kuyosho ukunqotshwa kukaSathane.

UNkulunkulu usesimweni somuntu ukuze anqobe uSathane futhi asindise sonke isintu.

2. Ukuze uSathane anqotshwe,

umuntu uqala ehlulwe, bese epheleliswa.

Kodwa eqinisweni, ngenkathi enqoba uSathane,

uNkulunkulu usindisa emhlabeni wobuhlungu.

Akusho lutho ukuthi lo msebenzi wenziwe eShayina noma emhlabeni wonke,

konke kungenxa yokunqoba uSathane nokusindisa isintu,

ukuze umuntu akwazi ukungena endaweni yokuphumula.

UNkulunkulu usesimweni somuntu ukuze anqobe uSathane futhi asindise sonke isintu

3. Ukuba sesimweni somuntu kukaNkulunkulu enyameni ejwayelekile

kungenxa kanye yokunqoba uSathane.

Umsebenzi walo Nkulunkulu wenyama ngukusindisa bonke labo abathanda uNkulunkulu ngaphansi kwezulu.

Ungenxa yokunqoba sonke isintu,

futhi ungenxa yanangokunqoba uSathane.

Umongo wawo wonke umsebenzi kaNkulunkulu awehlukaniseki

nokunqoba uSathane ukuze kusinde isintu.

UNkulunkulu usesimweni somuntu ukuze nje anqobe uSathane futhi asindise sonke isintu.

UNkulunkulu usesimweni somuntu ukuze anqobe uSathane futhi asindise sonke isintu,

asindise sonke isintu. Usindisa sonke isintu.

Okwedlule: 183 IGunya naMandla uNkulunkulu Awaveza Uma eba seNyameni

Okulandelayo: 186 NguNkulunkulu Osesimweni Somuntu Kuphela Ongasindisa Isintu Ngokuphelele

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp