183 IGunya naMandla uNkulunkulu Awaveza Uma eba seNyameni

I

UNkulunkulu weza emhlabeni ikakhulu ukuzofeza,

iqiniso “laLizwi eba yinyama,”

Lawo ngamazwi kaNkulunkulu evela enyameni,

(kungafani naseTestamenteni Elidala, ngosuku lukaMose, uNkulunkulu wakhuluma ngqo esezulwini).

Ayogcwaliseka ngeNkathi Yeminyaka Eyinkulungwane Yombuso

Abe amaqiniso abantu abangawabona,

ukuze wonke umuntu ezobona ukugcwaliseka okuyikho ngamehlo abo.

Incazelo le ejulile kaNkulunkulu eba yinyama.

Lokho okuthi, umsebenzi kaMoya uyagcwaliseka

ngenyama nangezwi.

Le incazelo yangempela “kaLizwi eba inyama,

ULizwi evela esenyameni.”

II

UNkulunkulu kuphela ongakhuluma ingqondo kaMoya,

UNkulunkulu kuphela esenyameni ongakhulumela uMoya.

Izwi likaNkulunkulu livela kuNkulunkulu oyinyama.

Wonke omunye umuntu uzoqondiswa yilokhu,

akekho ongeqa lokhu futhi wonke umuntu uphila kulo mngcele.

Kulawa mazwi abantu bayozuza ukuqonda;

Ngaphandle kwalawa mazwi akekho nongaphupha ngokwamukela

amazwi avela ezulwini.

Ileli gunya elikhonjiswa uNkulunkulu ngokuphenduka inyama,

ukuze wonke umuntu ezoqiniseka.

Okwedlule: 181 Igunya Nokubaluleka Kokuba Sesimweni Somuntu KukaNkulunkulu

Okulandelayo: 184 UNkulunkulu Usesimweni Somuntu Ukuze Nje Anqobe USathane Futhi Asindise Sonke Isintu

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp