112 Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe

Ngangifuna ukukhala kodwa akukho ndawo eyezwakala ifanele.

Ngangifuna ukucula kodwa akwatholakala culo.

Ngangifuna ukuzwakalisa uthando lomuntu odaliwe.

Ngifuna yonke indawo, kodwa akukho mazwi ayengasho, ayengasho engikuzwayo.

Nkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngiphakamisa izandla ngidumisa, ngiyathokoza ukuthi Wena weza kulo mhlaba.

Umuntu wavela othulini, uNkulunkulu wamnika impilo.

USathane wehlela ukuzokona isintu.

Bulahlekile ubuntu baso nokucabanga kahle.

Isizukulwane ngesizukulwane, sawa kusuka ngalelo langa.

Kodwa Wena ungu … Nkulunkulu wokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngiwuthuli kodwa ngiyabubona ubuso baKho. Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

UNkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngiwuthuli kodwa ngiyabubona ubuso baKho. Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

UNkulunkulu wadala umuntu wamthanda ngale ndlela yokuthi Waze Waba yinyama futhi,

wathwala okuhle nokubi, ubutha nosizi,

esisindisa futhi esiletha endaweni enhle.

Siyohlala siKubonga.

UNkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngonakele, kodwa Wena ungisindisile! Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

Nkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngonakele, kodwa Wena ungisindisile! Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

Kungenzeka kanjani ngingakudumisi? Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

Odaliwe kufanele amdumise uNkulunkulu, ngoba lokhu kungumsebenzi oyisibopho kuye,

USathane uyamamatheka angibusise ngokunethezeka, kodwa ngiyakuzonda futhi ngiyakwenyanya.

Kungcono ngihlale ekwehluleleni nokusola kukaNkulunkulu ukuba ngiMthande,

ngingasalangazeleli izinjabulo zenyama, ngingasaphili phansi kwethonya likaSathane.

Nkulunkulu ongokoqobo oyiqiniso, Wena uluthando olusenhliziyweni yami,

Ngiphuma othulini, ukuthanda Wena kuyisibusiso sami esikhulu empilweni.

Nkulunkulu ongokoqobo oyiqiniso, Wena uluthando olusenhliziyweni yami,

Ngiphuma othulini, ukuthanda wena kuyisibusiso sami esikhulu empilweni.

Okwedlule: 103 Dumisani Ukuphila Okusha

Okulandelayo: 114 Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp