94 Enkathini Yombuso UNkulunkulu Uphelelisa Umuntu Ngamazwi

I

Kule nkathi, uNkulunkulu uyofeza lokhu phakathi kwenu: ukuthi bonke benze iqiniso,

ukuthi bonke baphile ngezwi Lakhe futhi bamthande ngezinhliziyo zabo.

Izwi likaNkulunkulu liyisisekelo sokuphila kwabo.

Bonke banezinhliziyo ezesaba uNkulunkulu.

Ngokwenza amazwi kaNkulunkulu, bayophatha futhi babuse noNkulunkulu.

Yizwi likaNkulunkulu kuphela elinika umuntu ukuphila.

Yizwi likaNkulunkulu kuphela elingalethela umuntu ukukhanya, likhombe indlela yokwenza.

Lokhu kuyiqiniso ngokwengeziwe eNkathini Yombuso.

II

Amazwi kaNkulunkulu, abusa umuntu. Izwi likaNkulunkulu liwukudla namandla.

Thokoza uma ulidla. Uma ungadli futhi ngeke uthole ndlela ongahamba ngayo.

EBhayibhelini, kuthi: Umuntu ngeke aphile ngesinkwa kuphela,

kodwa ngamazwi aphuma emlonyeni kaNkulunkulu.

Manje uNkulunkulu uyofeza lokhu kuwe.

Yizwi likaNkulunkulu kuphela elinika umuntu ukuphila.

Yizwi likaNkulunkulu kuphela elingalethela umuntu ukukhanya, likhombe indlela yokwenza.

Lokhu kuyiqiniso ngokwengeziwe eNkathini Yombuso.

III

Kule nkathi, uNkulunkulu ikakhulu usebenzisa izwi ukubusa konke.

Abantu bayehlulelwa futhi bapheleliswe, bakwazi ukungena embusweni Wakhe,

konke ngenxa yezwi Lakhe.

Yizwi likaNkulunkulu kuphela elinika umuntu ukuphila.

Yizwi likaNkulunkulu kuphela elingalethela umuntu ukukhanya, likhombe indlela yokwenza.

Lokhu kuyiqiniso ngokwengeziwe eNkathini Yombuso.

Phuza izwi likaNkulunkulu nsuku zonke. Yidla izwi likaNkulunkulu nsuku zonke.

Ungalishiyi iqiniso eliphakathi kulo. Futhi uyokwenziwa uphelele.

Okwedlule: 91 Imiphumela Yomsebenzi KaNkulunkulu Ezinsukwini Zokugcina Ifezwa Ngezwi

Okulandelayo: 95 Incazelo Yangempela yokuthi “Izwi Livela Lisenyameni”

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp