483 Noma Kukhulu Noma Kuncane, Konke Kubalulekile Uma Ulandela Indlela KaNkulunkulu

I

Ukuze ulandele indlela kaNkulunkulu,

ungadedeli lutho eduze kwakho,

noma lokho okwenzeka eduze kwakho,

ngisho noma kukuncane kakhulu.

Uma nje kwenzeka,

noma uzwa ukuthi kufanele ukunakwa nguwe noma cha,

ungakudedeli.

Kubuke njengokuvivinywa okuvela kuNkulunkulu wethu.

Futhi uma uba nale simo sengqondo,

Lokho-ke kufakazela into eyodwa:

Inhliziyo yakho ihlonipha uNkulunkulu futhi ifuna ukugwema bonke ububi.

Uma unesifiso sokujabulisa uNkulunkulu,

khona-ke awukude kakhulu

ekuphileni ngokuhlonipha uNkulunkulu nokugwema bonke ububi.

II

Izindaba ezinkulu noma ezincane,

uma ulandela indlela kaNkulunkulu, akukho mehluko nhlobo,

akukho mehluko nhlobo.

Izinto ongenandaba noma ongakhulumi ngazo,

okholwa ukuthi zikude neqiniso,

uyazidedela nje ngaphandle kokucabanga kakhulu ngazo lapho zenzeka kuwe.

Uyazidedela nje ngaphandle kokucabanga kakhulu.

Uma unesifiso sokujabulisa uNkulunkulu,

khona-ke awukude kakhulu

ekuphileni ngokuhlonipha uNkulunkulu nokugwema bonke ububi.

III

Yinto eyodwa okufanele ikucacele:

Noma yini eyenzeka kuwe,

kufanele uyibuke njengethuba lokufunda

indlela yokwesaba uNkulunkulu nokugwema bonke ububi.

Futhi kufanele wazi ukuthi uNkulunkulu wenzani-ke.

Ungasohlangothini lwakho,

ebheka wonke amazwi nezenzo zakho,

nenguquko enhliziyweni yakho.

Yilona umsebenzi uNkulunkulu awenzayo. Yilona umsebenzi uNkulunkulu awenzayo.

Uma unesifiso sokujabulisa uNkulunkulu,

khona-ke awukude kakhulu

ekuphileni ngokuhlonipha uNkulunkulu nokugwema bonke ububi,

nokugwema bonke ububi.

Okwedlule: 480 Gcwalisa Impilo Yakho Ngezwi LikaNkulunkulu

Okulandelayo: 514 Umkhuba Wokufuna Iqiniso

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp