979 Okucatshangwa NguNkulunkulu Ngezenzo Zomuntu

I

Ukukhathazeka kukaNkulunkulu kuyaqahubeka ukuba

Yindlela ngamunye wenu enenza ngayo

nendlela enikhuluma ngayo.

Phezu kwalesi sisekelo, uyonquma isiphetho senu.

UNkulunkulu kufanele akwenze kucace lokhu kini.

Ngeke abe nabubele

kulabo abangathembekile ngezikhathi zosizi,

Noma ngabe ningobani,

Ububele bakhe buhamba bugcine.

Akabathandi labo abakhaphelayo,

ingasaphathwa eyokuthanda ukusondelana

nalabo abadalula okuthandwa ngabangani babo.

Lokhu kuyisimo sikaNkulunkulu nombono Wakhe.

Lokhu kuyisimo sikaNkulunkulu nombono Wakhe.

II

Yilokhu okufanele uNkulunkulu akutshele khona:

Noma ngubani owephulayo, wephula inhliziyo Yakhe

ngeke athole uzwelo kabili;

labo abebethembekile bayohlala besenhliziyweni Yakhe.

Ububele bakhe buhamba bugcine.

Akabathandi labo abakhaphelayo,

ingasaphathwa eyokuthanda ukusondelana

nalabo abadalula okuthandwa ngabangani babo.

Lokhu kuyisimo sikaNkulunkulu nombono Wakhe.

Lokhu kuyisimo sikaNkulunkulu nombono Wakhe.

Okwedlule: 939 Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu

Okulandelayo: 1022 Bonke Abantu Baphila Ekukhanyeni KukaNkulunkulu

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp