151 Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo

I

UMoya kaNkulunkulu uphethe igunya phezu kwayo yonke into.

Inyama Yakhe nengqikithi Yakhe, amandla kusafana.

UNkulunkulu osenyameni usengenza imisebenzi Yakhe eminingi okufanele ayenze.

Wenza nje intando kaYise.

Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni.

UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe.

II

Kuyinto engafanele neze iphushwe noma ifezwe yinoma yimuphi umuntu.

UNkulunkulu ukhona, uyigunya, kodwa inyama Yakhe ingalithobela.

Lokhu kuyincazelo yangempela yokuthi “uKristu ulalela intando kaBaba.”

Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni.

UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe.

III

UNkulunkulu ngeke awuphazamise umsebenzi Wakhe, noma aphikisane nawo.

Umsebenzi kaMoya nowenyama iyefana.

Igcwalisa intando efanayo nomsebenzi ofanayo.

Phezu kwezici ezehlukene, izingqikithi zayo ziyefana.

Kokubili kunengqikithi nomfanekiso kaNkulunkulu.

Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni.

UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe.

Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni.

UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe.

Okwedlule: 146 Igama LikaNkulunkulu Lizokhazinyuliswa Phakathi Kwabezizwe

Okulandelayo: 154 Ingqikithi KaKristu Inqunywa Ngumsebenzi Namazwi Akhe

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp