211 Lowo Ongukuba Sesimweni Somuntu KukaNkulunkulu Uyophatha Ingqikithi KaNkulunkulu

I

Ukuba sesimweni somuntu kukaNkulunkulu kuyomela ingqikithi nokuvezwa kukaNkulunkulu.

Futhi lapho esenziwe inyama uyoletha umsebenzi awunikeziwe

ukuveza lokhu ayikho, alethe iqiniso kubo bonke abantu,

abanike ukuphila futhi abakhombise indlela.

Noma iyiphi inyama engenangqikithi Yakhe impela ayisiye uNkulunkulu osesimweni somuntu.

II

Qinisekisa inyama kaNkulunkulu nendlela yangempela ngesimo, amazwi nemisebenzi Yakhe.

Gxila engqikithini Yakhe kunasekubukekeni Kwakhe.

Kuwukungazi nokucabanga kancane ukugxila ekubukekeni kwangaphandle.

Okungaphandle akunqumi okungaphakathi,

futhi uNkulunkulu akahambisani nokucabanga komuntu.

III

Ngabe ukubukeka kukaJesu akwehlukanga kulokhu abantu ababekulindele?

Ngabe isiqu nokugqoka Kwakhe akubucashisanga ubunjalo Bakhe?

Akungalokho abaFarisi bamphikisa?

Bagxila ekuthini wayebukeka kanjani abaze banaka lokho ayekusho.

IV

UNkulunkulu wethemba ukuthi abafowethu nodadewethu abafuna ukubukeka Kwakhe ngeke baphinde umlando.

Ungalandeli abaFarisi uphinde ubethele uNkulunkulu esiphambanweni futhi.

Ngakho cabanga ngokucophelela ukuthi uyokwamukela kanjani ukubuya Kwakhe.

Yiba nomqondo ocacile wokuthi uyolithobela kanjani iqiniso.

Kungumsebenzi wawo wonke umuntu olindele ukubuya kukaJesu.

Okwedlule: 210 Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu

Okulandelayo: 216 Labo Abemukela Umsebenzi Omusha Babusisiwe

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp