174 Uma Kuphela UNkulunkulu Eba Yinyama Ezinsukwini Zokugcina Engasindisa Khona Isintu

1. Angasisindisa Isintu

UNkulunkulu uza ukuzosindisa isintu hhayi ngokukaMoya noma njengoMoya,

ongenakuthinteka, okungenamuntu ongasondela kuwo.

Uma uNkulunkulu ubesindisa umuntu njengoMoya futhi hhayi njengomuntu wendalo,

akekho obengathola insindiso Yakhe. Yebo, akekho obengasindiswa.

UNkulunkulu uba umuntu odaliwe, enyameni ubeka izwi Lakhe.

Ukuze anikeze izwi Lakhe kubo bonke abamlandelayo.

Ukuze abantu bezwe futhi babone baphinde bamukele izwi Lakhe.

Ngalokhu umuntu angasindiswa ngokweqiniso esonweni sakhe.

2. Ukuba uNkulunkulu wayengekho esimweni somuntu, akukho muntu wenyama owayengasindiswa,

futhi akekho owayengathola insindiso kaNkulunkulu enkulu.

Ukuba uMoya kaNkulunkulu wayesebenza phakathi kwabantu, babeyoshaywa bonke,

noma bathunjwe nguSathane, ngoba abakwazi ukuthinta uMoya kaNkulunkulu.

UNkulunkulu uba umuntu odaliwe, enyameni ubeka izwi Lakhe.

Ukuze anikeze izwi Lakhe kubo bonke abalandela Yena.

Ukuze abantu bezwe futhi babone baphinde bamukele izwi Lakhe.

Ngalokhu umuntu angasindiswa ngokweqiniso esonweni sakhe.

3. Umuntu uthola insindiso hhayi emithandazweni eya ezulwini,

kodwa ekubeni sesimweni somuntu kukaNkulunkulu, ngoba bonke bangabenyama.

Abakwazi ukubona noma ukuya kuMoya kaNkulunkulu.

UNkulunkulu osesimweni somuntu Nguye kuphela abangaxhumana naye.

Ngaye, baliqonda lonke iqiniso futhi bathole insindiso egcwele.

UNkulunkulu uba umuntu odaliwe, enyameni ubeka izwi Lakhe.

Ukuze anikeze izwi Lakhe kubo bonke abalandela Yena.

Ukuze abantu bezwe futhi babone baphinde bamukele izwi Lakhe.

Ngalokhu umuntu angasindiswa ngokweqiniso esonweni sakhe, angasindiswa ngokweqiniso esonweni sakhe.

Okwedlule: 169 Isintu Esikhohlakele Sidinga Umsebenzi KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu

Okulandelayo: 181 Igunya Nokubaluleka Kokuba Sesimweni Somuntu KukaNkulunkulu

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp