197 UNkulunkulu Uba Yinyama Ukuze Asindise Isintu

1. Namuhla wusuku, ingabe usubonile?

Kuyinto enkulu ukuba uNkulunkulu eze phakathi kwabantu.

Uze ukuzosindisa umuntu, ukunqoba uSathane – isizathu sokuba sesimweni somuntu Kwakhe.

Ukuba kwakungekhona lokhu, wayengeke azisebenzele Ngokwakhe.

UNkulunkulu uthathe inyama ukuze alwe noSathane futhi eluse isintu,

esinyama yaso yonakalisiwe futhi uNkulunkulu afuna ukusisindisa.

UNkulunkulu uza kabili esenyameni ukuze anqobe uSathane futhi asindise isintu.

NguNkulunkulu kuphela ongalwa noSathane eMoyeni noma enyameni.

2. Izingelosi azikwazi ukulwa, azinawo amandla.

Futhi umuntu okhohlakele, akukho angakwenza.

Ngakho uNkulunkulu wembatha inyama ukuze abe yimpilo yomuntu, ukusebenza kubo bese ebasindisa bonke,

ngobunjalo Bakhe bemvelo, nomsebenzi okufanele awenze.

3. UNkulunkulu uthathe inyama ukuze alwe noSathane futhi eluse isintu,

esinyama yaso yonakalisiwe futhi uNkulunkulu afuna ukusisindisa.

UNkulunkulu uza kabili esenyameni ukuze anqobe uSathane futhi asindise isintu.

NguNkulunkulu kuphela ongalwa noSathane eMoyeni noma enyameni.

4. Impi ibiyoqhubeka, phakade futhi unomphelo, uma uNkulunkulu engabi yinyama.

Ngoba ngoMoya kaNkulunkulu noma ngesintu kuphela, ibingeke ibe khona indlela.

UNkulunkulu uba yinyama ukuze alwe noSathane. Umuntu angayithola lapho kuphela insindiso.

Kulapho kuphela uSathane eyonqotshwa khona. Kulapho kuphela izinhlelo zakhe ziyoqedwa khona amandla.

Uma umuntu ubeyothatha le mpi, ubeyovele abaleke esexovekile.

Isimo sesintu esonakele besingeke sikwazi ukuguquka.

Umuntu akakwazi ukusindisa umuntu esiphambanweni, noma anqobe isintu esihlubukayo.

Umuntu angenza kuphela umsebezi othile omdala, noma ongahlangene nokunqoba uSathane.

5. Umuntu kufanele alalele futhi alandele.

Abakwazi ukuletha inkathi entsha, noma ukulwa noSathane.

USathane uyanqotshwa lapho umuntu ejabulisa uNkulunkulu.

Empini ngayinye entsha, kuyo yonke inkathi entsha,

uNkulunkulu uqobo wenza umsebenzi wokuhola inkathi nokuvula indlela entsha,

eletha umuntu endaweni engcono.

UNkulunkulu uthathe inyama ukuze alwe noSathane futhi eluse isintu,

esinyama yaso yonakalisiwe futhi uNkulunkulu afuna ukusisindisa.

UNkulunkulu uza kabili esenyameni ukuze anqobe uSathane futhi asindise isintu.

NguNkulunkulu kuphela ongalwa noSathane eMoyeni noma enyameni.

NguNkulunkulu kuphela ongalwa noSathane eMoyeni noma enyameni.

Okwedlule: 190 UNkulunkulu Osenyameni Wenza Umsebenzi Wokunqoba Sonke Isintu

Okulandelayo: 198 Ukubaluleka Kokuba Sesimweni Somuntu Okubili KukaNkulunkulu

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp