I-App yeBandla likaNkulunkulu uSomandla

Lalela iphimbo likaNkulunkulu futhi wamukele ukubuya kweNkosi uJesu!

Samukela bonke abafuna iqiniso ukuba basithinte.

Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

0 Imiphumela Yokufuna

Ayikho imiphumela etholakele.

Kulowo Abantu Okumele Bamphilele

I

Bekungacacile ukuthi abantu kumele baphilele bani. Manje sengiyitholile impendulo.

Bengijwayele ukuziphilela mina, ngifuna kuphela isithunzi nodumo.

Ukuthandaza kuNkulunkulu kugcwalise amazwi amahle, kuyilapho ngibambelele endleleni yami yokuphila yangempela.

Ukholo olusekelwe ekusaseni nasekudalelweni, anginalo iqiniso noma ubuqiniso.

Amasiko nemithetho, aminyanisa ukholo lwami; ngishiywe ngingenalutho.

Ngehlulekile ukuphila njengomuntu, angilufanelekele uthando lukaNkulunkulu.

II

Inhliziyo yami iphaphanyisiwe manje, ingitshela ukuthi ngibuyisele uthando lukaNkulunkulu.

Ngiyazizonda ngoba bengingenanembeza, ngingamlaleli uNkulunkulu futhi ngidabukisa inhliziyo yaKhe.

Bengingenandaba nhlobo nenhliziyo kaNkulunkulu; ngingenandaba nangamazwi aKhe.

Ngingenanembeza, ngingenangqondo, bengingabalwa kanjani njengomuntu?

Ukwahlulela kukaNkulunkulu kungenza ngibone, bengonakaliswe kakhulu uSathane.

Leli zwe elibi, linezicupho yonke indawo; iqiniso yilo okumele likhethwe yikholwa.

O Nkulunkulu othandekayo, ungithande kangangokuba wenze konke ongakwenza ukuze ungisindise.

Ongenzele kona, ngizokugcina engqondweni! Angeke ngikukhohlwe nanini.

Ukunakekela inhliziyo kaNkulunkulu, kuyintando yami. Ngizimisele ukuphishekela iqiniso.

Ukuzikhandla ngenxa kaNkulunkulu, ukuzinikela ukuze ngibuyisele uthando lwaKhe,

ukuzinikela ukuze ngibuyisele uthando lwaKhe.

Okwedlule:Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe

Okulandelayo:Ukuphila KwaseBandleni Lethu Kuyathandeka Kakhulu

Okuqukethwe Okuhlobene

  • Ukubaluleka Komthandazo

     I Umthandazo ungenye yezindlela umuntu asebenzisana ngazo noNkulunkulu, ukubiza uMoya Wakhe kanye nokuthintwa nguNkulunkulu. Uma uthandaza ngokw…

  • Umthandazo Wangempela

     I Umthandazo wangempela ungukukhuluma amazwi enhliziyo yakho kuNkulunkulu. Usekelwe entandweni nasezwini likaNkulunkulu. Umthandazo wangempela u…

  • Ihubo Lombuso (1) Umbuso Sewehlele Emhlabeni

    Umbuso kaNkulunkulu usufikile emhlabeni; ubuntu bukaNkulunkulu bugcwele futhi bucebile. Ubani ongama nje angajabuli? Ubani ongama nje angadansi? O Siy…

  • Usizi lweSintu esoNakele

    1. Umuntu uhambe noNkulunkulu, eminyakeni yonke nasezikhathini, engazi ukuthi uNkulunkulu unquma ngesiphelo sakho konke okuphilayo, engazi ukuthi uNk…