162 UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu

UNkulunkulu uthule, futhi akaze abonakale kithi,

nokho umsebenzi Wakhe awukaze ume.

Ubheka wonke amazwe, futhi ulawula zonke izinto,

aphinde abheke onke amazwi kanye nezenzo zomuntu.

Ukuphatha Kwakhe kwenziwa ngezinyathelo futhi ngokuhambisana nohlelo Lwakhe.

Kuqhubeka ngokuthula, ngaphandle kokwenza okokubukwa,

kodwa izinyathelo zakhe ziya ngokuya zisondela esintwini,

futhi isihlalo Sakhe sokwahlulela silethwa endaweni yonke ngesivinini sombani,

kulandelwa eduze wukwehlela kwesihlalo sobukhosi phakathi kwethu.

Yinkundla enobukhosi lena, ngumfanekiso onesithunzi futhi onesizotha.

Njengejuba. nanjengebhubesi elibhodlayo, uMoya ufika phakathi kwethu sonke.

Uhlakaniphile, ulungile futhi unobukhosi,

Ufika ngokuthula phakathi kwethu enegunya

futhi egcwaliswe wuthando nozwelo, futhi egcwaliswe wuthando nozwelo.

Sivele siqhubeke nokufuna kwethu, sengathi akahlangene ngalutho nathi …Sivele siqhubeke nokufuna kwethu, sengathi akahlangene ngalutho nathi.

Okwedlule: 154 Ingqikithi KaKristu Inqunywa Ngumsebenzi Namazwi Akhe

Okulandelayo: 164 Inhloso Engemuva Kokuba Sesimweni Somuntu KukaNkulunkulu Ezinsukwini Zokugcina

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp