133 UNkulunkulu Wenza Umsebenzi Omusha Kuzo Zonke Izinkathi

I

Ukuhlakanipha kukaNkulunkulu akuguquki, ukumangalisa kukaNkulunkulu akuguquki,

Ukulunga kukaNkulunkulu akuguquki, ubukhosi bukaNkulunkulu abuguquki.

Ingqikithi kaNkulunkulu ayiguquki,

futhi lokho anakho nalokho ayikho akusoze kwaguquka.

Futhi umsebenzi Wakhe uya phambili futhi uyajula;

uNkulunkulu uhlala emusha futhi akaze aguge.

Igama elisha, umsebenzi omusha enkathini ngayinye entsha; intando nesimo esisha.

II

Ukuba umuntu akakwazanga ukubona lesi simo,

UNkulunkulu ngabe usabethelwe esiphambanweni futhi ngabe uchazwa yibo!

Umsebenzi kaNkulunkulu musha futhi awukaze uguge, kodwa lokho anakho nayikho akuguquki.

Awunakuchaza iminyaka eyizi-6,000 yomsebenzi kaNkulunkulu ngolimi olumi ndawonye.

UNkulunkulu akalula njengoba ucabanga, umsebenzi Wakhe usuka enkathini uya kwenye.

Waguqula igama Lakhe lisuka kuJehova laya kuJesu.

Bona umsebenzi Wakhe uguquka ezinkathini!

Igama elisha, umsebenzi omusha enkathini ngayinye entsha; intando nesimo esisha.

III

Umlando uya phambili futhi uhamba ibanga.

Umsebenzi kaNkulunkulu uhlala uqhubeka ukuqeda uhlelo lweminyaka eyizi-6,000.

Kodwa kusenomsebenzi omusha okufanele wenziwe,usuku ngosuku nonyaka ngonyaka.

Izindlela ezintsha, izikhathi ezintsha, umsebenzi omkhudlwana, nezinto ezintsha.

UNkulunkulu akabambekile ezindleleni ezindala; umsebenzi omusha, ongapheli, ohlale wenzeka.

Igama elisha, umsebenzi omusha enkathini ngayinye entsha; intando nesimo esisha.

Igama elisha, umsebenzi omusha enkathini ngayinye entsha; intando nesimo esisha.

Okwedlule: 128 Umsebenzi KaNkulunkulu Uqhubekela Phambili

Okulandelayo: 146 Igama LikaNkulunkulu Lizokhazinyuliswa Phakathi Kwabezizwe

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp