61 Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu

Umsebenzi kaNkulunkulu ekwahluleleni awuwona,

Amagama amabili namathathu, ukucacisa indalo yomuntu,

Kodw’uyembula, ukusebenza ngaye kancane kancane.

Le ndlela yokuphathwa ngeke iguqulwe ngamazwi nje,

Kodwa ngeqiniso, elidlul’ububanzi bomuntu.

Iwo lo msebenzi ofanele ukwahlulela;

Ilokhu kwahlulela okungenza umuntu

alalele uNkulunkulu ngaphakathi nangaphandle,

Bese efinyelel’ekumazini Yena.

Umsebenzi wokwahlulela wenza umuntu azi

ubuso bukaNkulunkulu,

Neqiniso lokuhlubuka kwakhe.

Umfundisa injongo yomsebenzi kaNkulunkulu

Nezimfihlakalo umuntu angaziqondi.

Kusiza ukuthi azi ngenkohlakalo abone nobubi bakhe.

Umsebenzi onje obiza ukwahlulela;

Ikho lokhu kwahlulela okungenza umuntu alalele uNkulunkulu ngaphakathi nangaphandle,

Bese efinyelela ekumazini Yena.

Lo mthelela womsebenzi kaNkulunkulu uvela ngomsebenzi wokwahlulela.

Ngokwempela, kumelwe ukuvula iqiniso, indlela, nokuphila kukaNkulunkulu

Kubo bonke abamkholwayo.

Usebenza kanjalo uNkulunkulu ekwahluleleni.

Iwo wodwa lo msebenzi obiza ukwahlulela;

Ikho lokho kwahlulela okungenza umuntu ukuba alalele uNkulunkulu ngaphakathi nangaphandle,

Bese efinyelela ekumazini Yena.

Okwedlule: 55 Ngamazwi KaKristu Wezinsuku Zokugcina Kuphela Angahlanza Nangaguqula Umuntu

Okulandelayo: 64 Umqondo Ongaphakathi Womsebenzi Wokunqoba

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp