216 Labo Abemukela Umsebenzi Omusha Babusisiwe

I

Babusisiwe bonke labo abakwazi ukulalela

uqobo lwamazwi kaMoya oNgcwele.

Kungakhathaleki ukuthi babenjani, noma ukuthi uMoya oNgcwele unjani,

ukuthi iMoya oNgcwele wayesebenza kanjani phakathi kwabo,

labo abazuze umsebenzi wakamuva ngababusiswe kakhulu.

Namuhla, labo abangakwazi ukulandela umsebenzi wakamuva bayosuswa.

UNkulunkulu ufuna labo abangemukela ukukhanya okusha,

nalabo abemukela futhi abazi umsebenzi Wakhe wakamuva.

II

Kungani kufanele ube yintombi emsulwa?

Intombi emsulwa ingafuna umsebenzi kaMoya oNgcwele;

ingemukela izinto ezintsha, futhi iyeke imibono emidala,

bese ilalela umsebenzi kaNkulunkulu namuhla, ilalele umsebenzi kaNkulunkulu namuhla.

Laba bantu, abemukela umsebenzi omusha kakhulu wanamuhla,

bagcotshwa nguNkulunkulu ngaphambi komhlaba, futhi bangababusiswe kakhulu.

Uzwa izwi likaNkulunkulu, futhi ubona ukubonakala Kwakhe.

Ngakho, kuzo zonke izikhathi nezizukulwane, futhi kulo lonke izulu nomhlaba,

akekho obusiseke kakhulu kunani, leli qembu labantu.

Okwedlule: 211 Lowo Ongukuba Sesimweni Somuntu KukaNkulunkulu Uyophatha Ingqikithi KaNkulunkulu

Okulandelayo: 254 Iqiniso Ngomsebenzi KaNkulunkulu ENkathini Yombuso

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp