17 Ukubaluleka Kokubonakala KukaNkulunkulu

I

Ukubonakala kukaNkulunkulu kubhekise ekufikeni Kwakhe mathupha emhlabeni ezokwenza umsebenzi Wakhe.

Nobunjalo kanye nesimo Sakhe, futhi ngendlela Yakhe,

nangendlela Yakhe yemvelo,

Wehlela phakathi kwabantu ukuqala inkathi nokuqeda inkathi.

ukwenza umsebenzi wokuqala inkathi nokuqeda inkathi.

Lokhu kubonakala akulona uphawu noma isithombe.

Lolu hlobo lokubonakala alusilo uhlobo lomkhosi.

Alusilo uhlobo lomkhosi.

Alusona isimangaliso. Alusiiwo umbono omkhulu.

Kuncane kakhulu futhi ukuthi kube wuhlobo lwenqubo yenkolo.

Kuyiqiniso elingokoqobo nelangempela elingathintwa futhi libonwe,

iqiniso elingathintwa futhi libonwe,

Lokhu kubonakala akungenxa yokulandela inqubo,

noma ngenxa yomsebenzi wesikhashana;

empeleni, kungenxa yesigaba somsebenzi ohlelweni lokuphatha lukaNkulunkulu.

II

Ukubonakala kukaNkulunkulu kuhlala kunenjongo,

futhi kuhlala kuxhumene nohlelo Lwakhe lokuphatha,

kuxhumene nohlelo Lwakhe lokuphatha,

Lokhu kubonakala akufani ngokuphelele

nokubonakala kokuhola kukaNkulunkulu umuntu,

eqondisa umuntu noma ekhanyisela umuntu, eqondisa umuntu noma ekhanyisela umuntu,

UNkulunkulu wenza isigaba somsebenzi omkhulu isikhathi ngasinye lapho ezembula.

Lo msebenzi wehlukile kowanoma iyiphi enye inkathi,

awucatshangwa umuntu, awukaze ubonwe umuntu, awukaze ubonwe umuntu.

Ngumsebenzi oqala inkathi entsha futhi uqede inkathi endala,

umsebenzi omusha futhi owenziwe ngcono wokusindisa isintu,

nomsebenzi wokungenisa isintu enkathini entsha.

Kungukubaluleka kokubonakala kukaNkulunkulu.

Okwedlule: 15 UNkulunkulu Ubuye Ngokunqoba

Okulandelayo: 25 Amazulu Ayisikhombisa Ayaduma

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp