262 Ukububula kukaSomandla

USomandla ubuka indlela isintu esihlukumezeke kanzima ngayo.

Uzwa ukulila kwalabo abahluphekayo,

ebona ukungabi namahloni kwalabo abahlukumezekile,

ezwa ukwesaba nokungakwazi ukuzisiza kwesintu esilahle insindiso.

Banqaba ukunakekelwa Nguye, bahambe indlela yabo,

babalekele ukufuna kwamehlo Akhe.

Bancamela ukuthi banambithe bonke ubuhlungu bolwandle olujulile, bekanye nesitha.

Ukububula kukaSomandla akusazokuzwiwa muntu.

Izandla zikaSomandla azisafuni ukuthinta lesi sintu esidabukisayo.

Isikhathi nesikhathi, ezuza elahlekelwa.

Ulokhu ephindaphinda umsebenzi Wakhe ngale ndlela.

Kusukela ngaleso sikhathi, Uyacobeka akhathale ngalokhu,

bese Eyamisa umsebenzi wesandla Sakhe,

engasazulazuli phakathi komuntu…

Akekho oke wabona lezi zinguquko.

Akekho owaziyo ngokuphoxeka nosizi,

ukungena nokuphuma kukaSomandla

Konke okukulo mhlaba kuguquka ngokushesha

nemicabango kaSomandla, phansi kwamehlo Akhe.

Izinto isintu esingakaze sizwe ngazo sezifikile.

Kodwa, lokhu abenakho ngokungazi kuyamphunyuka.

Akekho ongaqonda ukuthi uSomandla ukuphi,

akekho okwazi ukuzwa ukuphakama kanye nobukhulu

bempilo yamandla kaSomandla.

Ukuphakama Kwakhe kulele ekutheni angabona kanjani lokhu abantu abangakuboni.

Ubukhulu Bakhe bulele

ekutheni ngabe Nguye olahlwe isintu kodwa esindisa isintu,

Uyayazi incazelo yokuphila nokufa,

nemithetho yempilo ngesintu esidaliwe.

Uyisisekelo sobukhona babo

NoMhlengi wabo ozobavusa futhi.

Wenza izinhliyo ezijabule zikhathazeke nezidabukile azigcwalise ngenjabulo.

Lokhu okomsebenzi Wakhe, nohlelo Lwakhe.

Okwedlule: 254 Iqiniso Ngomsebenzi KaNkulunkulu ENkathini Yombuso

Okulandelayo: 270 UNkulunkulu Ufuna Labo Abomele Ukuvela Kwakhe

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp