52 Dumisani UNkulunkulu Obuye Ngokunqoba

I

Eminyakeni eyizi-6000 yomsebenzi Wakhe, uNkulunkulu usekhombise izenzo Zakhe eziningi,

izenzo zokunqoba uSathane nokusindisa sonke isintu.

UNkulunkulu uvumela konke okusezulwini, zonke izinto emhlabeni, olwandle,

uvumela zonke izidalwa ukuba zibone izenzo zakhe namandla angenakulinganiswa.

Ngokunqotshwa kukaSathane, isintu sibona izenzo zikaNkulunkulu.

Ngakho sidumisa Yena futhi siphakamisa ukuhlakanipha Kwakhe.

Konke okusemhlabeni, konke okusezulwini,

konke okusekujuleni kolwandle kulethe Kuye inkazimulo, akulethe Kuye inkazimulo!

Konke akumdumise, kudumise amandla Akhe amakhulu.

Zonke izinto azidumise zonke izenzo zakhe, zimemeze igama Lakhe elingcwele, zimemeze igama Lakhe elingcwele!

II

Lokhu kudumisa kuwubufakazi bokunqotshwa kukaSathane, ubufakazi bokuthi uNkulunkulu usesinqobile isitha Sakhe.

Ukudumisa okunje kufakaza ukuthi usesindise bonke ngamunye, usindise isintu Sakhe asidalile.

Konke okudaliwe kuletha indumiso, usesinqobile isitha Sakhe.

Uza enokunqoba, uyiNkosi enkulu enqobayo!

Konke okusemhlabeni, konke okusezulwini,

konke okusekujuleni kolwandle kulethe Kuye inkazimulo, akulethe Kuye inkazimulo!

Konke akumdumise, kudumise amandla Akhe amakhulu.

Zonke izinto azidumise zonke izenzo zakhe, zimemeze igama Lakhe elingcwele, zimemeze igama Lakhe elingcwele!

III

Ngokunqotshwa kukaSathane, isintu sibona izenzo zikaNkulunkulu.

Ngakho sidumisa Yena futhi siphakamisa ukuhlakanipha Kwakhe.

Konke okusemhlabeni, konke okusezulwini,

konke okusekujuleni kolwandle kulethe Kuye inkazimulo, akulethe Kuye inkazimulo!

Konke akumdumise, kudumise amandla Akhe amakhulu.

Zonke izinto azidumise zonke izenzo zakhe, zimemeze igama Lakhe elingcwele, zimemeze igama Lakhe elingcwele!

Konke okusemhlabeni, konke okusezulwini,

konke okusekujuleni kolwandle kulethe Kuye inkazimulo, akulethe Kuye inkazimulo!

Konke akumdumise, kudumise amandla Akhe amakhulu.

Zonke izinto azidumise zonke izenzo zakhe, zimemeze igama Lakhe elingcwele, zimemeze igama Lakhe elingcwele!

Okwedlule: 49 Umhlaba Wonke Uyothokoza futhi Udumise UNkulunkulu

Okulandelayo: 55 Ngamazwi KaKristu Wezinsuku Zokugcina Kuphela Angahlanza Nangaguqula Umuntu

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Amasethingi

  • Umbhalo
  • Izihloko

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

Okuqukethwe

Funa

  • Cinga Kulo-mbhalo
  • Cinga Kule-ncwadi

Sithinte nge-Whatsapp