Okucashunwe Kudokhumentari YobuKristu ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke": UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwezinto Zonke Ezulwini Nasemhlabeni

October 30, 2018

Isintu besilokhu sifuna lezi zimpendulo iminyaka eyizinkulungwane ezimbalwa: kwenzeka kanjani ukuthi imihlaba esemkhathini iqhubeke ngokuhleleka okuphelele kangaka? Kungani zonke izinto eziphilayo zihlale zihamba ngokuzungeza zilandela imithetho engaguquki? Kungani abantu bezalwa, futhi khona-ke kungani sifa? Ngubani ngempela onqume yonke le migomo nemithetho? Ngubani ngempela obusa phezu kwezulu nomhlaba nazo zonke izinto? Lesi siqephu esisuka kubhayisikobho yobuKristu esithi, Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke, sizokuqondisa ukuze ufinyelele emsukeni wale mibuzo futhi sambule zonke lezi zimfihlakalo.

Okunye okuqukethwe kule vidiyo kususelwa:

https://www.holyspiritspeaks.org/special-topic/copyright.html

Buka okuningi

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Leave a Reply

Abela

Khansela

Sithinte nge-Whatsapp