Christian Music | "Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe" | Music Video (Zulu Subtitles)

December 21, 2017

Ngangifuna ukukhala kodwa akukho ndawo eyezwakala ifanele.

Ngangifuna ukucula kodwa akwatholakala culo.

Ngangifuna ukuzwakalisa uthando lomuntu odaliwe.

Ngifuna yonke indawo, kodwa akukho mazwi ayengasho, ayengasho engikuzwayo.

Nkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngiphakamisa izandla ngidumisa, ngiyathokoza ukuthi Wena weza kulo mhlaba.

Umuntu wavela othulini, uNkulunkulu wamnika impilo.

USathane wehlela ukuzokona isintu.

Bulahlekile ubuntu basonokucabanga kahle.

Isizukulwane ngesizukulwane, sawa kusuka ngalelo langa.

Kodwa Wena ungu … Nkulunkulu wokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngiwuthuli kodwa ngiyabubona ubuso baKho. Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

UNkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngiwuthuli kodwa ngiyabubona ubuso baKho. Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

UNkulunkulu wadala umuntu wamthanda ngale ndlela, yokuthi Waze Waba yinyama futhi,

wathwala okuhle nokubi, ubutha nosizi,

esisindisa futhi esiletha endaweni enhle.

Siyohlala siKubonga.

UNkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngonakele, kodwa Wena ungisindisile! Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

Nkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngonakele, kodwa Wena ungisindisile! Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

Kungenzeka kanjani ngingakudumisi? Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Buka okuningi

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Leave a Reply

Abela

Khansela

Sithinte nge-Whatsapp