Zulu Gospel Song "Babusisiwe Labo Abemukela Umsebenzi KaNkulunkulu Omusha" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

December 18, 2018

I

Babusisiwe bonke labo abakwazi ukulalela

amazwi amanje kaMoya oNgcwele.

Kungakhathaleki ukuthi babenjani, noma ukuthi iMoya oNgcwele

wayesebenza kanjani phakathi kwabo,

labo abazuze umsebenzi wakamuva

ngababusiswe kakhulu.

Namuhla, labo abangakwazi ukulandela

umsebenzi wakamuva bayosuswa.

UNkulunkulu ufuna labo

abangemukela ukukhanya okusha,

nalabo abemukela futhi abazi umsebenzi Wakhe wakamuva.

II

Intombi emsulwa ingafuna,

intombi emsulwa ingafuna

umsebenzi kaMoya oNgcwele;

ingemukela izinto ezintsha,

futhi iyeke imibono emidala,

bese ilalela umsebenzi kaNkulunkulu namuhla,

ilalele umsebenzi kaNkulunkulu namuhla.

Laba bantu, abemukela umsebenzi omusha kakhulu wanamuhla,

III

bagcotshwa nguNkulunkulu ngaphambi komhlaba,

futhi bangababusiswe kakhulu.

Uzwa izwi likaNkulunkulu,

futhi ubona ukubonakala Kwakhe.

Ngakho, kuzo zonke izikhathi nezizukulwane, futhi kulo lonke izulu nomhlaba,

akekho obusiseke kakhulu kunani, leli qembu labantu.

kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Buka okuningi

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Leave a Reply

Abela

Khansela

Sithinte nge-Whatsapp