Amazwi KaNkulunkulu Ansukuzonke: Isimo SikaNkulunkulu Nalokho Anakho Nayikho | Okucashuniwe 255

September 20, 2020

Uma ufisa ukuthola indlela eya ekuphileni kwaphakade ngokweqiniso, futhi uma ukulambele ngokweqiniso ngenkathi ukufuna, kumele uqale ngokuphendula lo mbuzo: Ukuphi uNkulunkulu namuhla? Mhlawumbe uzophendula ngokuthi uNkulunkulu uhlala ezulwini, vele—ubengeke Aphile ekhaya lakho, angithi? Mhlawumbe ungathi, vele uNkulunkulu uphila phakathi kwazo zonke izinto. Noma ungathi uNkulunkulu uphila enhliziyweni yomuntu ngamunye, noma uNkulunkulu usemhlabeni womoya. Angikuphiki konke lokhu, kodwa kumele ngicacise le ndaba. Akusilo iqiniso ngokugcwele ukuthi uNkulunkulu uphila enhliziyweni yomuntu, kodwa futhi akusilo iphutha ngokugcwele. Lokhu kubangelwa ukuthi, phakathi kwabantu abakholelwa kuNkulunkulu kukhona labo abakholwa ngokweqiniso kanye nalabo abakholwa ngokungeyikho okweqiniso, kukhona labo abagunyazwa uNkulunkulu kanye nalabo angabagunyazi, kukhona labo abamuthokozisayo kanye nalabo abazondayo, futhi kunalabo abalungisayo kanye nalabo abachithayo. Ngakho ngithi uNkulunkulu uphila ezinhliziyweni zabantu abambalwa, futhi labo bantu akungatshazwa ukuthi yilabo abakholelwa kuNkulunkulu ngokweqiniso, labo abagunyazwe uNkulunkulu, labo abamthokozisayo, kanye nalabo abalungisisayo. Kukhona labo abaholwa uNkulunkulu. Njengoba beholwa uNkulunkulu, bangabantu asebezwile futhi ababone indlela kaNkulunkulu yokuphila okungunaphakade. Labo abakholelwa kuNkulunkulu ngendlela engasilo iqiniso, labo abangagunyazwa uNkulunkulu, labo abamcasulayo uNkulunkulu, labo abachithwa uNkulunkulu—nakanjani bayochithwa uNkulunkulu, nakanjani bazosala bengenayo indlela yokuphila, futhi nakanjani bayohlala bengazi ukuthi uNkulunkulu ukuphi. Kolunye uhlangothi, labo uNkulunkulu ahlala ezinhliziyweni zabo bayazi ukuthi ukuphi. Bangabantu uNkulunkulu abanike indlela yokuphila ingunaphakade, futhi yibo abalandela uNkulunkulu. Sewuyazi manje ukuthi uNkulunkulu ukuphi? UNkulunkulu usenhliziyweni yomuntu futhi useceleni nomuntu. Akekho emhlabeni womoya kuphela, futhi phezu kwakho konke, kodwa muningi kakhulu emhlabeni umuntu aphila kuwo. Ngakho ukufika kwezinsuku zokugcina kufike ezigabeni zomsebenzi kaNkulunkulu kwangena endaweni entsha. UNkulunkulu ungaphezu kwazo zonke izinto emhlabeni, futhi Nguye oyisisekelo somuntu enhliziyweni yakhe, futhi phezu kwalokho, ukhona phakathi komuntu. Yingale ndlela kuphela angaletha indlela yokuphila esintwini, futhi anike umuntu indlela yokuphila. UNkulunkulu uze emhlabeni, futhi uphila phakathi kwabantu, ukuze umuntu athole indlela yokuphila, futhi ukuze umuntu abe khona. Khona manjalo, uNkulunkulu ufuna ukulawula zonke izinto emhlabeni jikelele, ukuze zihambisane nokuphatha Kwakhe phakathi kwabantu. Ngakho, uma wazisa imfundiso yokuthi uNkulunkulu usezulwini nasenhliziyweni yomuntu, kube awulazisi iqiniso lobukhona bukaNkulunkulu phakathi komuntu, kusho ukuthi ngeke uphinde ukuthole ukuphila, futhi ngeke uphinde ulithole iqiniso.

UNkulunkulu Uqobo ungukuphila, neqiniso, futhi ukuphila Kwakhe neqiniso kuyahambisana. Labo abehluleka ukuthola iqiniso abasoze bakuthola ukuphila. Ngaphandle kokuqondiswa, ukusekelwa, kanye nokuhlinzeka ngeqiniso, uyothola amagama nje, nezimfundiso, kanti, ngaphezu kwakho konke, ukufa. Ukuphila kukaNkulunkulu kuhlala kukhona, futhi iqiniso Lakhe nokuphila kuyahambisana. Uma wehluleka ukuthola umthombo weqiniso, kusho ukuthi awusoze wathola ukudla kokuphila; uma wehluleka ukuthola isihlinzeko sempilo nakanjani awuzukuba neqiniso, futhi kuqhelelene kakhulu nemicabango nokuqonda, umzimba wakho uwonke awuzukuba yilutho ngaphandle kwenyama, inyama yakho enuka phu. Yazi ukuthi amagama asezincwadini awabalwa njengokuphila, izincwadi zomlando ngeke zithathwe ngokuthi ziyiqiniso, futhi izimfundiso zakudala zingesebenze njengamazwi akhulunywa uNkulunkulu namuhla. Ngokuvezwa uNkulunkulu kuphela uma eseza emhlabeni futhi ephila phakathi komuntu okuyiqiniso, ukuphila, intando kaNkulunkulu, kanye nendlela Yakhe yamanje yokusebenza. Uma ungasebenzisa amarekhodi amazwi akhulunywe uNkulunkulu ezikhathini ezedlule namuhla, kusho ukuthi uwusomlando ovundulula okucashile, futhi indlela ephuma phambili yokukuchaza ukuthi ungungoti wamagugu omlando. Lokho kudalwa ukuthi uhlala ukholelwa emlandweni womsebenzi kaNkulunkulu awenza ngezikhathi esezadlula, ukholelwa esithunzini uNkulunkulu asishiya ngenkathi esebenza kubantu ngaphambilini, futhi ukholelwa endleleni uNkulunkulu ayinika abalandeli Bakhe ngezikhathi zangaphambilini. Awukholelwa endleleni yomsebenzi kaNkulunkulu wanamuhla, awukholelwa ebusweni bukaNkulunkulu obukhazimulayo namuhla, futhi awukholelwa endleleni yeqiniso elivezwa uNkulunkulu namuhla. Ngakho uyaziphuphela nje futhi uqhelelene nokuqhubekayo okuyinto engephikiswe. Uma manje usabambelele emazwini angenike umuntu ukuphila, ungumuntu oqinelwa yikhanda, ngoba uzigodlile, unenkani yeselesele, uqinelwa ikhanda kakhulu awufuni nokucabanga!

Kucashunwe embhalweni othi Izwi Livela Lisenyameni

God Himself Is the Truth and the Life

I

God Himself is life and truth, and His life and truth are intertwined. Those who gain not His truth, gain not life. Without receiving the guidance and support of His truth, man is left with mere letters and doctrines, man is left with death. God’s life and truth are intertwined and ever-present. If you know not the source of truth, you receive not the nourishment of life. Christ of the last days brings life and carries enduring and everlasting truth. This truth is the path that man must walk to gain life. It is the only path to knowing God and receiving His approval.

II

If you gain not the provision of life, you surely possess not the truth. You are merely putrid flesh, just empty imagination and fruitless ideation. Christ of the last days brings life and carries enduring and everlasting truth. This truth is the path that man must walk to gain life. It is the only path to knowing God and receiving His approval.

III

The words in books are not life, the records of history are not truth, the old ways of the past are not the records of the words God speaks today. The truth is expressed only by God on the earth and God among man. He expresses God’s will and His way of working. Christ of the last days brings life, carries enduring and everlasting truth. This truth is the path that man must walk to gain life. It is the only path to knowing God and receiving His approval. Christ of the last days brings the way to eternal life.

from Follow the Lamb and Sing New Songs

Buka okuningi

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Abela

Khansela

Sithinte nge-Whatsapp