I-App yeBandla likaNkulunkulu uSomandla

Lalela iphimbo likaNkulunkulu futhi wamukele ukubuya kweNkosi uJesu!

Samukela bonke abafuna iqiniso ukuba basithinte.
South African Zulu Gospel Song | “Qaphelani isiphetho sesintu” (Lyrics Video)South African Zulu Gospel Song | “Qaphelani isiphetho sesintu” (Lyrics Video) South African Gospel Song | “UNkulunkulu Ubeka Ithemba Lakhe Ngokuphelele Kumuntu” (Lyrics Video)South African Gospel Song | “UNkulunkulu Ubeka Ithemba Lakhe Ngokuphelele Kumuntu” (Lyrics Video) 2019 Zulu Gospel Worship Song “Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu” (Lyrics Video)2019 Zulu Gospel Worship Song “Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu” (Lyrics Video) South African Gospel Song "Amazwi KaNkulunkulu Ayiqiniso Elingaguquki Phakade"South African Gospel Song "Amazwi KaNkulunkulu Ayiqiniso Elingaguquki Phakade" Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena" Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" (Zulu Dubbed)Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" (Zulu Dubbed) Zulu Gospel Song "Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkuluZulu Gospel Song "Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Wezinsuku Zokugcina Wenza Umsebenzi Wamazwi"Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Wezinsuku Zokugcina Wenza Umsebenzi Wamazwi" South African Gospel Song "Uyawazi Umsebenzi KaNkulunkulu"South African Gospel Song "Uyawazi Umsebenzi KaNkulunkulu" Zulu Christian Song "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"Zulu Christian Song "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu" Zulu Gospel Music "Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu" (Zulu Subtitles)Zulu Gospel Music "Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu" (Zulu Subtitles) Zulu Gospel Song "Uyakwazi Ukuthunywa Kwakho" Ihubo Lamazwi KaNkulunkuluZulu Gospel Song "Uyakwazi Ukuthunywa Kwakho" Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu Zulu Gospel Song "Ukufakazela UNkulunkulu Kuwumsebenzi Womuntu" Ihubo Lamazwi KaNkulunkuluZulu Gospel Song "Ukufakazela UNkulunkulu Kuwumsebenzi Womuntu" Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu Zulu Gospel Song "Umsebenzi KaNkulunkulu Uqhubekela Phambili"Zulu Gospel Song "Umsebenzi KaNkulunkulu Uqhubekela Phambili" Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Uphatha Umuntu Njengothandiweyo Kakhulu Wakhe"Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Uphatha Umuntu Njengothandiweyo Kakhulu Wakhe" South African Gospel Song "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkuluSouth African Gospel Song "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu South African Gospel Song "Ukuzuza Ukuphila Okuphakade, Kufanele Wazi Umthombo Wakho"South African Gospel Song "Ukuzuza Ukuphila Okuphakade, Kufanele Wazi Umthombo Wakho" South African Gospel Song "UNkulunkulu Angazuza Isintu Kuphela Ngokusebenza Enyameni"South African Gospel Song "UNkulunkulu Angazuza Isintu Kuphela Ngokusebenza Enyameni" South African Gospel Song 2018 "UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkuluSouth African Gospel Song 2018 "UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu South African Christian Song 2018 "UNkulunkulu Ufuna Labo Abomele Ukuvela Kwakhe"South African Christian Song 2018 "UNkulunkulu Ufuna Labo Abomele Ukuvela Kwakhe" Best African Gospel Song 2018 "UNkulunkulu Uvele eMpumalanga Yomhlaba Ngenkazimulo"Best African Gospel Song 2018 "UNkulunkulu Uvele eMpumalanga Yomhlaba Ngenkazimulo" African Gospel Song "Iqiniso Liphezulu Kunazo Zonke Izisho Zempilo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkuluAfrican Gospel Song "Iqiniso Liphezulu Kunazo Zonke Izisho Zempilo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu African Gospel Song "UNkulunkulu Usesimweni Somuntu Ukuze Nje Anqobe USathane Futhi Asindise Sonke Isintu"African Gospel Song "UNkulunkulu Usesimweni Somuntu Ukuze Nje Anqobe USathane Futhi Asindise Sonke Isintu" South African Best Gospel Praise Worship Song "Ukubaluleka Komthandazo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkuluSouth African Best Gospel Praise Worship Song "Ukubaluleka Komthandazo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu African Gospel music "Isintu Esikhohlakele Sidinga Insindiso KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu"African Gospel music "Isintu Esikhohlakele Sidinga Insindiso KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu" African Gospel music  "Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkuluAfrican Gospel music "Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu African gospel music "Ingqikithi KaKristu Inqunywa Ngumsebenzi Namazwi Akhe"African gospel music "Ingqikithi KaKristu Inqunywa Ngumsebenzi Namazwi Akhe" African gospel music "Igama LikaNkulunkulu Lizokhazinyuliswa Phakathi Kwabezizwe"African gospel music "Igama LikaNkulunkulu Lizokhazinyuliswa Phakathi Kwabezizwe" African gospel music "Ihubo Lombuso (II) UNkulunkulu Ufikile, UNkulunkulu UyiNkosi"African gospel music "Ihubo Lombuso (II) UNkulunkulu Ufikile, UNkulunkulu UyiNkosi" African gospel music "UNkulunkulu UnguMbusi Wohlelo Lokuphatha Lweminyaka Eyizinkulungwane Eziyisithupha"African gospel music "UNkulunkulu UnguMbusi Wohlelo Lokuphatha Lweminyaka Eyizinkulungwane Eziyisithupha" South African Christian Song "UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila"South African Christian Song "UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila" South African Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Usebenza Ngokuthula Ukusindisa Umuntu"South African Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Usebenza Ngokuthula Ukusindisa Umuntu" South African Gospel Song "UnguNkulunkulu Wethu" (English Dubbed)South African Gospel Song "UnguNkulunkulu Wethu" (English Dubbed) South African Best Gospel song 2018 "UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu" iculo lamaKristuSouth African Best Gospel song 2018 "UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu" iculo lamaKristu South African Gospel Song "Ukubaluleka Kokuphatha KukaNkulunkulu Isintu"South African Gospel Song "Ukubaluleka Kokuphatha KukaNkulunkulu Isintu" Gospel Song 2018 South African "Ukubaluleka Kokuba Sesimweni Somuntu Okubili KukaNkulunkulu"Gospel Song 2018 South African "Ukubaluleka Kokuba Sesimweni Somuntu Okubili KukaNkulunkulu" African Gospel Song 2018 "Ukusola Nokwahlulela KukaNkulunkulu Kungukukhanya Kwensindiso Yomuntu"African Gospel Song 2018 "Ukusola Nokwahlulela KukaNkulunkulu Kungukukhanya Kwensindiso Yomuntu" South African Gospel Song "Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu" God's Sheep Hear the Voice of GodSouth African Gospel Song "Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu" God's Sheep Hear the Voice of God African Gospel song "Qaphelani isiphetho sesintu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkuluAfrican Gospel song "Qaphelani isiphetho sesintu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

South African Christian Song "UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila"

Amavidiyo Ezingoma   7655  

Isingeniso

South African Christian Song "UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila"

I

Akuyena wonke umuntu onendlela yokuphila;

Akuyona into noma ubani angayithola kalula.

Ngokuba ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela,

UNkulunkulu kuphela onomongo wokuphila,

UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila.

Ngakho-ke uNkulunkulu kuphela ongumthombo wokuphila,

nomthombo ogeleza njalo wamanzi okuphila empilo.

Kusukela kudalwa umhlaba uNkulunkulu usenze umsebenzi omkhulu

ohlanganisa amandla okuphila aletha ukuphila kumuntu;

Ukhokhele umuntu inani eliphezulu ukuze azuze ukuphila.

Ngokuba uNkulunkulu uqobo Lwakhe ungukuphila okuphakade;

Uyindlela yokuthi umuntu athole ukuvuswa.

II

UNkulunkulu akakaze angabi khona enhliziyweni yomuntu,

Uhlale ephila phakathi komuntu.

Uyena ongamandla aqhuba ukuphila kwabo,

nesisekelo sobukhona babo;

Uyisibambiso esicebile umuntu angaphila ngaso.

Wenza ukuba umuntu azalwe kabusha,

enze ukuba baphile ngamandla ezindimeni zabo ezahlukene.

UNkulunkulu kuphela onomongo wokuphila,

UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila.

Ngakho-ke uNkulunkulu kuphela ongumthombo wokuphila,

nomthombo ogeleza njalo wamanzi okuphila empilo.

Ngenxa yamandla Akhe namandla okuphila angahluleki,

umuntu uphilile ezizukulwaneni nezizukulwane.

Amandla okuphila kukaNkulunkulu alekelela umuntu ngokuphikelela;

UNkulunkulu ukhokhe inani elingakaze likhokhwe muntu ophilayo.

III

Amandla empilo kaNkulunkulu ayachuma phezu kwawo wonke amandla; futhi adlula wonke amandla.

Impilo Yakhe ingunaphakade, amandla Akhe awavamile.

Asikho isidalwa noma isitha esinganqoba amandla Akhe,

okukhona futhi okukhanya ukukhanya okugqamile

nganoma isiphi isikhathi noma iyiphi indawo, nganoma isiphi isikhathi noma iyiphi indawo.

UNkulunkulu kuphela onomongo wokuphila,

UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila.

Ngakho-ke uNkulunkulu kuphela ongumthombo wokuphila,

nomthombo ogeleza njalo wamanzi okuphila empilo.

Izulu, umhlaba kungaguquka kakhulu, impilo kaNkulunkulu yona ngeke;

Zonke izinto azisekho, kodwa impilo kaNkulunkulu ilokhu ikhona,

UNkulunkulu ungumsuka nempande yobukhona bazo zonke izinto,

ngokuba uNkulunkulu uqobo Lwakhe ungukuphila okuphakade.

IV

Ukuphila komuntu kuvela kuNkulunkulu, izulu likhona ngenxa kaNkulunkulu,

nomhlaba ukhona ngenxa yamandla empilo kaNkulunkulu.

Ayikho into equkethe amandla engadlula ubukhosi bukaNkulunkul,

futhi ayikho into enobungqabavu engaphunyuka ebubanzini begunya likaNkulunkulu.

UNkulunkulu kuphela onomongo wokuphila,

UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila.

Ngakho-ke uNkulunkulu kuphela ongumthombo wokuphila,

nomthombo ogeleza njalo wamanzi okuphila empilo.

Ngale ndlela, kungakhathaleki ukuthi si ngobani,

isintu sonke asithobe, asithobe ngaphansi kokubusa kukaNkulunkulu,

siphile ngaphansi komyalo Wakhe.

Akekho ongaphunyuka, akekho ongaphunyuka, ongaphunyuka ekulawuleni Kwakhe.

Umthombo Izwi Livela Lisenyameni

Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.

Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangenisi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo konoma iyiphi inhlangano yesithathu futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.

Okuqukethwe kule vidiyo kuhunyushwe konke abahumushi abangongcweti. Nokho, ngenxa yokwehlukana ngokolimi njll., inani elincane lokunganembi aligwemeki. Uma uthola noma yikuphi ukunganembi okunjalo, sicela ubheke umbhalo wokuqala wesiShayina, futhi ukhululeke ukusithinta usazise.

Wamukelekile ukuthwebula i-app yeBandla LikaNkulunkulu uSomandla:  

Okunye okuqukethwe kule vidiyo kususelwa:Wow!視覺特效Show一手!影片素材上傳區!

https://www.youtube.com/channel/UCo2WsnnMMdo4x9FqETfHJ3g

Dawuniloda I-App Mahhala

Iqoqo Elihlukene Kabanzi Lamavidiyo  Bona Izenzo ZikaNkulunkulu

Dawuniloda I-App Mahhala

Iqoqo Elihlukene Kabanzi Lamavidiyo  Bona Izenzo ZikaNkulunkulu